EZiyoni nasemndenini wethu, ukuqonda ukuthi kungani umuntu eziphatha ngendlela ethile kungaholela kuzwelo, kodwa ngaphandle kokwazi isizathu, singase singabaqondi, sithukuthele, futhi ekugcineni sibe yizitha.
Yingakho uNkulunkulu agcizelela ukubaluleka kokuzwana nokucabangelana, wagqamisa “ukuthandana” njengemfundiso ebalulekile yesivumelwano esisha.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu acabanga ngokuhlupheka, ubuhlungu, ihlazo, kanye nokuthukwa, uBaba noMama abaye bakubekezelela bona, bechitha ubuntu babo obudala obabuziphilela bona kuphela, belwela ukuba ngabantu abasha abacabangelanayo, bavumelane ndawonye, futhi nizijwayeze uthando ngenkuthalo.
Thina siyalwazi, futhi siyakholwa yilolu thando uNkulunkulu analo ngathi. UNkulunkulu uluthando nalowo ohlala othandweni uhlala kuNkulunkulu, noNkulunkulu uhlala kuye. . . . Yebo, wasinika lo myalo, uvela kuNkulunkulu, masiwugcine. Lo myalo uthi othanda uNkulunkulu, makamthande nomzalwane wakhe. 1 KaJohane 4:16–21
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha