Ngendaba yokuthi uNkulunkulu wasebenzisa kanjani amaqhawe kaGideyoni angama-300 ukuze anqobe izitha eziyizi-135,000 kanye nendaba yokuthi uJoshuwa walinqoba kanjani iJerikho ngokulizungeza nokumemeza, siyabona ukuthi nomaphi lapho kukhona ukulalela izwi likaNkulunkulu, kukhona nezimangaliso.
Emva kwenkathi kaYise neyeNdodana, kulenkathi kaMoya oNgcwele, labo abalandela amazwi kaKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, “Bashumayela ivangeli ezizweni zonke. Baba munye othandweni,” ngenhliziyo elalelayo, bazobona izimangaliso.
uziqongelelela ulaka ngosuku lwentukuthelo nolokwambulwa kokwehlulela okuqotho kukaNkulunkulu, oyakuklomelisa lowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe: KwabaseRoma 2:5–6
Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo. Okholwayo abhabhadiswe uyakusindiswa, kodwa ongakholwayo uyakulahlwa.” NgokukaMakhu 16:15–16
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha