Uma siphila impilo yokulalela umthetho kaNkulunkulu, izibusiso eziningi zihlala zikhona. Ngenxa yalesi sizathu, phakathi kwemikhosi uNkulunkulu ayimisa kusukela esikhathini sikaBaba—njengeSabatha nePhasika—kuhlala kunomyalo othi, “Ungakhohlwa, kodwa uyikhumbule futhi uyigcine kuze kube phakade.”
IBhayibheli lithi labo abagcina umthetho kaNkulunkulu kuzo zonke izinkathi bayobusiswa njengabalungileyo, nokuthi labo abephula umthetho kaNkulunkulu bazolahlwa ngenxa yokuhlubuka. Isizathu sokuthi ama-Israyeli athunjelwe eBhabhiloni kwakuwumphumela wokungawugcini umthetho kaNkulunkulu.
asililalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wethu ukuba sihambe ngemithetho yakhe ayibeka phambi kwethu ngezinceku zakhe abaprofethi. Wonke u-Israyeli weqile umthetho wakho, echezuka ukuze bangalilaleli izwi lakho; ngalokho isiqalekiso sithululwe phezu kwethu kanye nesifungo esilotshiwe emthethweni kaMose inceku kaNkulunkulu, ngokuba sonile kuye. UDaniyeli 9:10–11
ehamba ngezimiso zami, egcina izahlulelo zami ukuba enze iqiniso, ulungile, uyakuphila nokuphila, isho iNkosi uJehova. UHezekeli 18:9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha