UNkulunkulu Kuphela Onganikeza UkuPhila Okuphakade kwiZoni
Ensimini yase-Edene, kwakukhona umuthi wokuphila, owawunikeza ukuphila okuphakade kulabo abadla kuwo.
Kepha, ngenxa yesono sika-Adamu no-Eva, uNkulunkulu wavimba indlela eya emthini wokuphila.
Njengoba kunguNkulunkulu kuphela ongavula indlela eya emthini wokuphila futhi, eminyakeni eyizi-2,000 edlule, uJesu weza kulo mhlaba ukuzonika izoni ukuphila okuphakade.
Waletha iPhasika lesivumelwano esisha, esingadla futhi siphuze ngalo inyama negazi likaJesu—okuyiqiniso lomuthi wokuphila.
Kepha, ngo-AD 325, iPhasika lachithwa nguMbusi waseRoma uConstantine.
Ukuze aphinde avule indlela eya ekuphileni okuphakade, uNkulunkulu weza kulo mhlaba okwesibili esenyameni.
UnguKhristu u-Ahnsahnghong.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha