Namuhla, ngisho neBandla lamaKhatholika, elinenkonzo ngeSonto, liyavuma ukuthi iSabatha elilotshwe eBhayibhelini linguMgqibelo, hhayi iSonto.
Ezikhathini zeThestamente Elidala, uNkulunkulu uJehova wamemezela usuku lwesikhombisa njengeSabatha likaNkulunkulu, wayala ukuba lugcinwe lungcwele njengowesine eMiyalweni Eyishumi.
Ezikhathini zeThestamente Elisha, uJesu wabuye wathi iSabatha kufanele ligcinwe lingcwele kuze kube sekupheleni kwenkathi.
Ukukhonza ngeSonto, usuku lokuqala, okungakhulunywanga ngalo eBhayibhelini, kuyisenzo sokwengeza noma sokususa emazwini kaNkulunkulu, ngaleyo ndlela, kuholela ekutholeni izinhlekelele, nokungakwazi ukungena embusweni wezulu.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha