Umbuso wezulu akuyona indawo lapho umuntu engangena khona ngevoti njengohlelo lokhetho emhlabeni, kodwa yindawo uNkulunkulu ayinikeza labo abagcina iPhasika lesivumelwano esisha ngomusa.
Indlela eya Ensindisweni: IBandla likaNkulunkulu Lapho Kugcinwa Khona IPhasika Lesivumelwano Esisha UNkulunkulu weza enyameni kulo mhlaba njengoJesu enkathini yeNdodana nanjengoKhristu u-Ahnsahnghong noMama waseZulwini enkathini kaMoya oNgcwele ukuze izingane Zabo ziyazi futhi ziyiqonde ngezinhliziyo zazo indlela elungile eya embusweni wezulu.
Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, okufanele kuhlatshwe ngalo iPhasika. UJesu wathuma uPhethro noJohane, wathi, . . . “Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami, elithululelwa nina.” NgokukaLuka 22:7–20
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha