Thina, sonke abantu, seza emhlabeni, senze izono ezulwini ngenxa yokuzikhukhumeza kwethu. Kuphela uma siphenduka ngokuphelele ezonweni zethu ngokwabelana uthando ehlane lokholo, nakanjani uNkulunkulu usinika isibusiso senjabulo nenkazimulo yaphakade ezulwini.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu asusa ukuzikhukhumeza ebese efunda ukucabangelana ukuze abafowethu nodadewethu bajabule, futhi babone umhlatshelo omkhulu kaNkulunkulu nothando lomndeni wasezulwini.
“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu> nginithandile, nani-ke thandanani. Ngalokho bonke abantu bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami uma nithandana.” NgokukaJohane 13:34–35
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha