Amatshe ayenokubaluleka ngaphambi kwempucuko awabalulekile emiphakathini yanamuhla.
Ngokufanayo, kunomehluko omkhulu ngokwenani phakathi kwezinto zasemhlabeni nezinto zasezulwini.
Ukubaluleka kwezulu akunakulinganiswa ngendinganiso yenani kulo mhlaba.
UNkulunkulu ufuna abantwana bakhe bathole izibusiso zasezulwini ngokuphila impilo ebaluleke kakhulu esikhundleni sokuphilela izinto ezingenalutho, ezingenamsebenzi emhlabeni.
Ngakho uNkulunkulu usitshele ukuba sibe ngofakazi Bakhe eSamariya kuze kube semikhawulweni yomhlaba.
Ngakho-ke, abantu bakaNkulunkulu kufanele bafakaze ngeJerusalema uMama, onika insindiso, ngokushumayela ivangeli lombuso njengofakazi Bakhe.
Abahlakaniphileyo bayakukhanya njengokukhazimula kwesibhakabhaka, nabaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade. UDaniyeli 12:3
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha