UJesu watshela abafundi Bakhe ukuba bafunde isifundo esihlahleni somkhiwane ukuze asazise isikhathi lapho ezobuya khona kulo mhlaba ngokubhujiswa nokuzimela kuka-Israyeli efaniswa nesihlahla somkhiwane.
Nkulunkulu uMama kanye neBandla likaNkulunkulu Okufakazelwa nguKhristu Ahnsahnghong UKhristu Ahnsahnghong wagcwalisa isiphrofetho sesihlahla somkhiwane kanye nesiphrofetho seNkosi uDavide. Waphinde wasazisa ngoNkulunkulu uMama eZiyoni, alisungula ngePhasika lesivumelwano esisha onyakeni kaMoya Ongcwele. UnguNkulunkulu ozosisindisa.
“Manje fundani lesi sifundo esihlahleni somkhiwane: Lapho amagatsha awo ethamba, namaqabunga awo ehluma, niyazi ukuthi ihlobo seliseduze. Kanjalo, nxa nibona zonke lezi zinto, yazini ukuthi iseduze ngasemnyango.” NgokukaMathewu 24:32–33
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha