Isivumelwano sokuqala—isivumelwano esidala—sanikezwa uMose entabeni yaseSinayi eminyakeni eyizi-3,500 edlule, kodwa isivumelwano esiphelele—isivumelwano esisha—siyomenyezelwa Ziyoni ezinsukwini zokugcina.
UJeremiya waphrofetha ukuthi uNkulunkulu uqobo Lwakhe uzomisa isivumelwano esisha futhi labo abasigcinayo bayoba ngabantu Bakhe.
“Bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade,
“lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.”
UJeremiya 31:31
Isivumelwano esisha siwubufakazi obucacile obufakaza ngoNkulunkulu obusa eZiyoni.
Namuhla, ibandla eligcina iPhasika lesivumelwano esisha ngokweBhayibheli liyiBandla likaNkulunkulu kuphela emhlabeni.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha