Njengoba abangcwele beBandla lokuqala bebambe ithemba lovuko ngokuvuka kukaJesu Khristu futhi bengakwesabi ubunzima, ukushushiswa, noma izimo ezimbi zaleli zwe, kanjalo nabangcwele beBandla likaNkulunkulu. Abaphileli okubonakalayo emehlweni noma isikhashana, kodwa kunalokho, baphila nethemba lovuko lokuthi bazophila emizimbeni kamoya ezweni elingokomoya.
Emva kokuvuka kukaJesu, wavele wanyamalala ngesikhathi exoxa nabafundi bakhe, wavela engalindelwe ekamelweni elikhiyiwe, wakhombisa ukukhuphuka kwakhe phambi kwabo. Lokhu kusho ukuthi nathi, siyoba njengoJesu ekuseni kovuko.
Ikhona futhi nemizimba yasezulwini nemizimba yasemhlabeni, kodwa inkazimulo yemizimba yasezulwini iyodwa, neyasemhlabeni iyodwa. . . . Uma ukhona umzimba wemvelo, ukhona nowomoya. 1 KwabaseKhorinte 15:40–44
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha